DiscoverAsikhulume NoMkhul’ Omncan’ uNomandla 🙏🏿🙏🏿
Asikhulume NoMkhul’ Omncan’ uNomandla 🙏🏿🙏🏿
Claim Ownership

Asikhulume NoMkhul’ Omncan’ uNomandla 🙏🏿🙏🏿

Author: DR Z T NZIMANDE

Subscribed: 0Played: 0
Share

Description

Siyakwamukela KwaStay Healthy Studio Lapho Sizobe Sikhuluma Sibhunga Impela Ngezamasiko Esizwe Esimnyama Kanye Nokubaluleka Kwawo. Sizobe Sesikhuluma Ngezinto Zalekhaya AmaProducts Kanye NamaServices Alekhaya. Lapho Sibala Izinto Zokuvula Inhlanhla Owazalwa Nayo, Izinto Zokuqinisa Uthando Lwababili, Izikhafulo Kanye Nezinto Zokudonsa Umsebenzi Mawumuntu WeBusiness.

Ozobe Ephethe Uhlelo Njalo Njalo, Uye uDokotela Wenu uNzimande, uMkhul’ oMncan’ uNomandla 🙏🏿🙏🏿
3 Episodes
Reverse
Lana sikhuluma ngezinqumo zabazali zasemhlabeni ezigcina ziwumthwalo onzima ezinganeni uma esengasekho umzali emhlabeni. Sibe sesibalula nezindlela zokulungisa ukuze Isimo sasekhaya siqhubekele phambili ngaphandle kokulimaza inhlalakahle yekhaya 🙏🏿🙏🏿
Njengoba Kuyisonto Ngithe Angikhulume Ngithi Ukundlaleka Impela NgeNkolo Ngoba Iningi Lesizwe Esimnyama Selwaduka Lwalandela Izinkolo Zamanye Amazwe Salahlekelwa Impande/Imvelaphi Yethu 🙏🏿🙏🏿
Intro

Intro

2020-10-1800:59

Comments