Sigiya Ngengoma

Traditional Music show . it is the biggest Maskandi radio show on planet with more than 3 million listeners.

#SIGIYANGENGOMA - KUSADLIWA NGOLUDALA noMKHULU UNXELE (06 SEPT)

Njengoba kuyinyanga yamasiko sikhuluma ngempepho njengoba impepho kuyiyo esixumana ngayo nezidalwa.

09-06
06:36

#SIGIYANGENGOMA - KUSADLIWA NGOLUDALA noMKHULU UNXELE

Sikhuluma nge nqolobane. Inqolobane sazi ukuthi yayigcina izivuno ekhaya mesihehla sibheka emumva. 

08-30
06:13

#SIGIYANGENGOMA - KUSADLIWA NGOLUDALA noMKHULU USOMAHASHI (23 AUG)

Sisekuyo inyanga yabantu besifazane, sibheka umuntu ongabatholi abantwana ngokwe sintu. Wa celelwa ingane kwabadala noma emusamu.

08-23
06:41

#SIGIYANGENGOMA - SIDLA NGOLUDALA noDKT uMHLONGO (09 AUG)

Ukuphila kwakudala noku phila kwa manje – Kusafana yini? Uma sibuka umuntu wesifazane ezilile.

08-09
08:11

#SIGIYANGENGOMA - SIDLA NGOLUDALA noDKT uSIBIYA (02 AUG 2025)

Njengoba siqala inyanga yabantu besfizane, Sikhulma ngomuhlonyana siqhathanisa nakudala namanje ukuthi ngabe sisakwenza yini ngendlela efanele.

08-02
05:28

#SIGIYANGENGOMA SIDLA NGOLUDALA noMKHULU MLABA (26 JULY)

Namhlanje sibheka ukuthi kudala kwaku khona yini ukuthwasa kangaka mesiqathanisa nesikhathi samanje.

07-26
10:40

#SIGIYANGENGOMA - SIDLA NGOLUDALA noMKHULU uQWABE (12 JULY)

Sikhuluma ngokuphuma kwentombi iyogana.

07-12
12:46

#SIGIYANGENGOMA - SIDLA NGOLUDALA noDKT uMHLONGO (05 JULY)

Sikhuluma ngokubaluleka kwe-ziko lezinkomo.

07-05
08:06

#SIGIYANGENGOMA - SIDLA NGOLUDALA noDKT uSKHIYE SEJELE (28 JUNE)

Sikhuluma ngexiba (Indlu yakwaGogo).

06-28
05:11

#SIGIYANGENGOMA - SIDLA NGOLUDALA noDKT uSKHIYE SEJELE (21 JUNE)

Sikhuluma ngokubaluleka kwesibaya.

06-21
09:31

#SIGIYANGENGOMA - UKUTHWETSHULWA KWEDLOZI - DKT QWABE (SIDLA NGOLUDALA - 14 JUNE)

Sikhuluma ngoku thwetshulwa noma ukuthathwa kwe dlozi.

06-14
08:26

#SIGIYANGENGOMA - SIDLA NGOLUDALA noDKT uMAKHATHINI (UKUSHISWA KWEMPEPHO - 31 MAY)

SIKHULUMA NGOMUNTU OSHISA IMPEPHO EKHAYA... SINGASHO FUTHI UKUTHI UMUNTU OTHETHA IDLOZI.

05-31
07:32

#SIGIYANGENGOMA - SIDLA NGOLUDALA noMELULEKI uMKHULU NXELE (24 MAY))

Sikhuluma NGOMKHANGU, umkhangu kuba yibala eliba semuzimbeni womuntu kuyaba ichashaza noma kube ibala emzimbeni. uMuntu onaleli bala kusuke kuwumuntu ohlukile kwabanye.

05-24
06:40

#SIGIYANGENGOMA - SIKHULUMA NGE NKATHI - SIDLA NGOLUDALA noDKT MALUNDALUNDA (17 MAY)

Sikhuluma ngobuziko bekhaya, kusuke kuwu tshani obuthize obulukwayo bulenge phezu emsamu ka Gogo. Kusuke kunePande Phakathi.

05-17
07:41

#SIGIYANGENGOMA - SISADLA NGOLUDALA noDKT MAKHATHINI (10 MAY)

Sibheka umehluko phakathi kwamemulo nomhlonyane.

05-10
06:23

Recommend Channels