News – Vuma 103 FM

KZN BE INSPIRED

Ungqongqoshe uKhoza uthi isikhundla sakhe sidinga umuntu othanda umphakathi

UNqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi kulesifundazwe uNonhlanhla Khoza uthi ukuba uNgqongqoshe kudinga umuntu ozothanda umphakathi, kanye nozozinikela ikakhulukazi kumnyango aqokelwe wona. UKhoza usho kanje, izolo ngesikhathi osohlelweni iKZNin 60Minutes nalapho abezodalula izinhlelo abanazo njengomnyango wakhe. UNgqongoqhse udalule ukuthi noma ngabe kwakungekho lula ukungena emkhakheni wezembusazwe, kodwa wayenalo ulwazi ukuthi uyophelela khona futhi akukho okunye ayokwazi ukukweza. UKhoza […]

10-23
--:--

AMAHLUBI CLAN REMEMBERS KING LANGALIBALELE

BY: MENELISI NDWANDWE AmaHlubi Clan says they will always remember King Langalibalele as a struggle stalwart. Amahlubi commemorated the life of King Langalibalele who was imprisoned at Robben Island by the colony at their King BhekuZulu Palace in Estcourt, in the Midlands yesterday. Royal Spokesperson Princess Zibuyile Hadebe says an event like this one sends […]

10-06
--:--

BAKHALELWE NGAMASONGO KASIGONYELA ABASOLWA ABANGU 16 EMGUNGUNDLOVU

BY: THANDO MKHIZE Amaphoyisa esifundazweni asewushayele ihlombe umkhankaso wokukhuculula ubugebengu njengoba kugcine kuboshwe abasolwa abangu 16. Lokhu kuza njengoba abasolwa abangu 12 bezithole bekhalelwe ngamasongo kasigonyela emacaleni ahlukahlukene, okubalwa kuwo awokutholakala nezidakamizwa, eMgungundlovu, maphakathi nesifundazwe. Ababili batholakale nezikhali eziyingozi kanti abanye ababili batholakale nempahla okusolakala ukuthi itshontshiwe. Okhulumela amaphoyisa uThulani Zwane uthi bonke labasolwa kulindeleke […]

10-06
--:--

21-YEAR-YEAR OLD SUSPECT NABBED FOR HIJACKING

BY: THANDO MKHIZE Police in the province say they are investigating a case of hijacking in Inanda, north of Durban. This after a driver of the vehicle picked up his client who wanted to go to Avoca Hills, at Durban Station. Whilst they were traveling to their destination, it is alleged that the client produced […]

10-05
--:--

UNGQONGQOSHE UNCOMA UHLELO #ISIBHEDLELAKUBANTU

By: Noluthando Mchunu Ungqongqoshe wezempilo uNomagugu Simelane Zulu uthi baningi abantu abazuzayo ngohlelo lomnyango olubizwa kokuthi i-#IsibhedlelaKubantu. Lokhu kuza ngemuva kokuthi lomnyango uyise loluhlelo endaweni yase-eMondlo eVryheid enyakatho nesifundazwe izolo. Loluhlelo umnyango usuke uletha imitholampilo engomahamba nendlwana kubantu nokulapho bethola khona ithuba lokuthi behlolele izifo ezahlukahlukene kanti kubikwa ukuthi izolo kuphela abantu abangu 400 abathole […]

09-29
--:--

KUSHONE ABANTU ABATHATHU ENGOZINI YOMGWAQO E-RICHMOND

By: Noluthando Mchunu Abantu abathathu sebeshonile oyedwa walimala kanzima engozini yomgwaqo  eyenzeke emgwaqeni  u-R56 Richmond maphakathi nesifundazwe. Kulengozi kushayisane i-truck kanye nemoto encane. Okhumela abezimo eziphuthumayom kwa-ER24 Ineke van Huyssteen uthi imbangela yengozi ibingakaziwa kodwa amaphoyisa abekhona endaweni yesigameko ukwenza uphenyo.  

09-29
--:--

Umkhambathini Mayor has urged the Nkanyezini community to look after the newly built clinic

By:Menelisi Ndwandwe Umkhambathini Municipal Mayor Eric Ngcongo has urged the community of eNkanyezini to look after the newly built health facility. Ngcongo was speaking on the sidelines of the handover of eNkanyezini Health Post in Umkhambathini in the midlands. Construction giant Afri Sam partnered with the health Department and the Mineral Resources Department in building […]

09-27
--:--

UDube-Ncube uthi inkulu indima edlalwa ezokuvakasha ukuthuthukisa impilo yabantu

By:Ntokozo Thembani Ungqongqoshe wezokuthuthukiswa komnotho kanye nezokuvakasha esifundazweni uNomusa Dube-Ncube uthi inkulu indima edlalwa ezokuvakasha ukuthuthukisa impilo yabantu. uDube-Ncube usho lokhu njengoba kuqhubeka umcimbi wokugubha i-World Tourism Day ebanjelwe eHowick maphakathi nesifundazwe. Uthi isiqubulo sokugubha lolusuku sithi “Tourism and Jobs a better future for all”. U-Dube-Ncube uthi bafuna ukuqinisa izinhlelo zokwandisa amathuba omsebenzi. Khonamanjalo usihlalo […]

09-27
--:--

Kubayi-Ngubane calls on South Africans to use tourism to boost the economy

By: Ntokozo Thembani Tourism Minister Mmamoloko Kubayi-Ngubane has called on South Africans to use tourism to boost the economy as well as creating jobs. Kubayi-Ngubane was speaking on the sidelines of the World Tourism day celebrations currently underway at the Nelson Mandela capture site in Howick, in the provinces midlands. World Tourism Day is an […]

09-27
--:--

IAfrisam inikele ngomtholampilo eNkanyezini

By:Menelisi Ndwandwe Inkosi uSikhosiphi Mdluli yase Manyavu Tradition Council ithi ukuthulwa komtholampilo endaweni yaseNkanyezini kusho ukuthuthuka kwendawo. LoMtholampilo wakhiwe inkampani yezokwakha iAfri Sam ngokubambisana nomnyango wezempilo kanye nowezokumbiwa phansi. iNkosi uMdluli ikhulume nezindaba ze Vuma 103 ngenkathi kwethulwa umtholampilo kulendawo eseMkhambathini maphakathi nesifundazwe. Uthi indawo yaseNkanyezini izohlomula kakhulu kanti nezindleko zizoncipha kumalunga omphakathi obekumele ehambe […]

09-27
--:--

UNGQONGQOSHE WEZOKUTHUTHA ESIFUNDAZWENI UVAKASHELA ABALIMALE ENGOZINI E-CATO RIDGE

BY: THANDO MKHIZE UNgqongqoshe wezokuthutha esifundazweni uBheki Ntuli uthi usashaqekile ngokwanda kwezigameko zezingozi zomgwaqo kulesifundazwe. Lokhu kulandela ingozi yeloli, ebithwele imphahla esindayo eCato Rigde, ngase Mgungundlovu maphakathi nesifundazwe. Lomnyango ukuqinisekisile ukuthi bangu 6 abashone kulengozi kanti abanye abangu 8 basalulama esibhedlela. Ehambele abasinde kulengozi, esbhedlela iEdendale, eMgungundlovu, uNtuli uthi imbangela yalengozi isayindida, kodwa uzoqinisekisa ukuthi […]

09-21
--:--

FRAUDSTER FOUND GUILTY

BY: XOLANI KHUMALO The hawks in the province say they welcome the sentence handed down to a man linked to a case of theft and money laundering. This after a complainant received e-mails to pay R200 000 into a certain account for property he was purchasing in Cape Town. It was later established that the […]

09-21
--:--

MEC Mshengu launched a School Safety Campaign

By:Ntokozo Thembani Community Safety and Liaison MEC Bheki Ntuli has encouraged everyone to play their role in keeping schools safe. Ntuli is one of the delegates who are part of the safety campaign launched by the education department in Hammarsdale. He says they have handed over 3000 of their volunteers to assist in tightening security […]

09-17
--:--

Prof. Madonsela says peace should be fought for by the people.

Former Public Protector Thuli Madonsela says peace should be fought for by the people. Yesterday, Madonsela received an honorary award at UKZNs Durban spring graduation yesterday. The former public protector has always been known as the voice of the poor, women empowerment and fighting for a transformed justice system. Mandonsela says the recent attacks on […]

09-13
--:--

NOMUSA DUBE-NCUBE CONGRATULATES PREMIER SIHLE ZIKALALA.

By; Ntokozo Thembani Economic Development Mec Nomusa Dube-Ncube has congratulated Premier Sihle Zikalala on obtaining his Master of Commerce in Leadership Degree. Dube-Ncube has been speaking at the ribbon cutting of the Durban Aerotropolis masters plan at the Dube Trade Port in the north of Durban. She says Zikalala graduated at the University of KwaZulu-Natal […]

09-12
--:--

I-SAMA ithi akungabhekwa ubuzwe uma kuqashwa odokotela

By; Nomcebo Ndimande Inhlangano yodokotela kulesfundazwe i-South African Medical Association ithi ubuzwe bodokotela abubalulekile, kodwa ukuqeqesheka kwabo okumele kuhambe phambili. Lenhlangano isho kanje ngesikhathi iphendula umyalezo okhishwe umnyango wezempilo kulesifundazwe, wokuthi uhlose ukumisa ukuqasha nokuthungatha odokotela basemazweni angaphandle. Izolo umnyango ususihoxisile lesistatimende. Usihlao we-SAMA esifundazweni u-Mvuyisi Mzukwana.

09-12
--:--

EThekwini Mayor pleads with police to get to the bottom of Natasha Conabeers case

By: Nomcebo Ndimande EThekwini mayor Mxolisi Kaunda says the death of women and children is a crisis that should be prayed for. This after the police have revealed that the death of Natasha Conabeer was linked to drug overdose, which caused lung failure. The mayor together with the provincial premier Sihle Zikalala visited Conabeers family […]

09-12
--:--

ANC CONGRATULATES THE NEW MEC FOR TRANSPORT AND COMMUNITY SAFETY

By; Ntokozo Thembani The ANC in the province has congratulated Bheki Ntuli on his appointment as the new provincial MEC for Transport, Community Safety and Liaison. Ntuli was announced today by Premier Sihle Zikalala at the provincial Legislature in Pietermaritzburg in the province’s midlands. He takes over from Mxolisi Kaunda who was last week sworn-in […]

09-11
--:--

I-NFP WOMEN’S MOVEMENT IFUNA KUBUYE ISIGWEBO SENTAMBO

  By; Thando Mkhize Uphiko lwabantu besifazane ku-NFP esifundazweni luthi lifuna kubuyiswe isgwebo sentambo ngoba ubugebengu sebusezingeni eliphezulu kakhulu. Loluphiko lusho kanje njengoba elakuleli libhekene nokwanda kwezigameko zokuhlukunyezwa, ukudlwengula kanye nokubulawa kwabantu besifazane kanye nezingane. Ongusihlalo we-NFP Women’s Movement esifundazweni uThuli Nhlebela uthi uhulumeni uhlulekile ukulawula ubugebengu kuleli. UNhlebela uthi nomthetho sisekelo kumele ubuyekezwe, ngoba […]

09-11
--:--

Family confirms paracetamol was found in Natasha Conabeer’s system

By : Nomcebo Ndimande The family of deceased  Natasha Conabeer who died in ICU on Monday says doctors found a large amount of paracetamol in her system. An unconscious Conabeer was dumped outside her home in Inanda, north of Durban over the weekend, nearly three weeks after she went missing and the circumstances around her […]

09-11
--:--

Recommend Channels