DiscoverNews – Vuma 103 FMUNGQONGQOSHE UNCOMA UHLELO #ISIBHEDLELAKUBANTU
UNGQONGQOSHE UNCOMA UHLELO #ISIBHEDLELAKUBANTU

UNGQONGQOSHE UNCOMA UHLELO #ISIBHEDLELAKUBANTU

Update: 2019-09-29
Share

Description

nomagugu simelane 10By: Noluthando Mchunu

Ungqongqoshe wezempilo uNomagugu Simelane Zulu uthi baningi abantu abazuzayo ngohlelo lomnyango olubizwa kokuthi i-#IsibhedlelaKubantu.


Lokhu kuza ngemuva kokuthi lomnyango uyise loluhlelo endaweni yase-eMondlo eVryheid enyakatho nesifundazwe izolo.


Loluhlelo umnyango usuke uletha imitholampilo engomahamba nendlwana kubantu nokulapho bethola khona ithuba lokuthi behlolele izifo ezahlukahlukene kanti kubikwa ukuthi izolo kuphela abantu abangu 400 abathole usizo lwezempilo nganxa yaloluhlelo.


Simelane-Zulu uphinde wachazela umphakathi  ngohlelo olukwazi ukulethela abantu imishanguzo ezindaweni eziseduze namakhaya abo.


Comments 
In Channel
FRAUDSTER FOUND GUILTY

FRAUDSTER FOUND GUILTY

2019-09-21--:--

loading
00:00
00:00
x

0.5x

0.8x

1.0x

1.25x

1.5x

2.0x

3.0x

Sleep Timer

Off

End of Episode

5 Minutes

10 Minutes

15 Minutes

30 Minutes

45 Minutes

60 Minutes

120 Minutes

UNGQONGQOSHE UNCOMA UHLELO #ISIBHEDLELAKUBANTU

UNGQONGQOSHE UNCOMA UHLELO #ISIBHEDLELAKUBANTU

news